Izenzo zethu zixosha abatshalimali baphesheya, kuloba uBusi Mavuso

ABATSHALIMALI bakwamanye amazwe bakhuluma ngezenzo uma singenzi izinto ezizokwenza sihehe, kufanele kulindelwe ukuthi abatshalimali bazophuma bengena eNingizimu Afrika, kuye nokuthi amaqhinga ethu athini nokuthi sixhumana kanjani nomhlaba wonke.

I-BLSA ishaya amakhala ngokusayina iNHI

I-BUSINESS Leadership South Africa (iBLSA) ikhathazekile ngezindaba ezithi uMengameli uCyril Ramaphosa uzosayina umthetho ophasisa ukwethulwa komshwalense wezempilo i-National Health Insurance (iNHI) kusasa, mhlaka-15 Meyi 2024.

‘I-Afrika kufanele izibambele mathupha kwezokuvakasha’ 

KUSEZANDLENI zabo abantu base-Afrika ukutshengisa umhlaba ukuthi baphetheni futhi yini abadle ngayo ngoba uma bengakwenzi loko, akekho ozobenzela, kunaloko  umhlaba uzoqhubeka ubathathe kancane futhi ubachaza njengabantu “bezwekazi elisebumnyameni”. 

Bayachuma abaxhaswa yiThala ngezigidi 

SEKUPHELE iminyaka engaphezu kwewu-65 ibhange Ithala laqala uhlelo lokuthuthukisa umphakathi waKwaZulu-Natali nosomabhizinisi, ikakhulu abafuyi nabalimi ngophiko Ithala Development Finance Corporation (i-IDFC).

Amabhizinisi alubheke ngabomvu ukhetho: izikhulumi

UKHETHO oluzayo yisikhathi esimqoka hhayi ezweni nezakhamuzi kuphela, kodwa nasemnothweni nosomabhizinisi. Kuningi ukungaqondakali kwesimo somnotho ngenxa yomphumela wokhetho, ongaqondakali ngokwawo ngenxa yemishado yezinhlangano zepolitiki.

Umhlahlandlela wegesi awuzibheki izidingo eziphuthumayo, kuloba uBusi Mavuso 

SENGIKE ngabhala ukuthi sibhekene nengozi yokushoda kwegesi uma sekuphela ukuhlinzeka igesi ezinkampanini ngo-2026. Lena yinkinga yamabhizinisi aqashe abantu abangu-70 000 futhi angenisa u-R500 billion ngonyaka emnothweni.  

Isimo sezulu simise kabi abagaya utshwala bamaganu

UMVUBELI wotshwala bamaganu uNks uLebo Lebese ukhumbula izinto zisahamba kahle, eminyakeni edlule lapho izihlahla zomaganu zazikhula kahle futhi kalula esifundeni sangakubo iLepelle Nkumpi, eLimpopo. Ukhumbula futhi nalapho imvula yayisana kakhulu kona, kunomhlaba omningi nezihlahla zezithelo zinkulu, zizinhle futhi zikhiqiza kahle

Ibhange lamvula amehlo ngomhlaba nezindlu 

USEBENZE iminyaka engaphezu kwewu-15 kwelinye lamabhange amakhulu ezweni exhumana nabantu ababeka nababoleka imali yokuthenga umhlaba nemizi.

Nginesiqiniseko sokuthi sizokwenza kahle eminyakeni ewu-30 ezayo, kuloba uBusi Mavuso 

ABANINGI uma bephawula ngeminyaka ewu-30 yenkululeko bayihlukanisa kabili. Eyokuqala wuguquko olumangalisayo lapho umnotho namabhizinisi kwakhula, kuhlomula ngokuphela kobandlululo nokubuyiselwa kwethu emnothweni womhlaba. Eyesibili bathi izinto zihlehlele emuva, izikhungo zethu zombuso ziwisiwe nomnotho.

Robala ka kagiso Rre Motsuenyane

OSOMABHIZINISI abasafufusa kumele babumbane, babambisane ukuze bezobamba iqhaza elibonakalayo emnothweni, bangalindi ukukhangeza kuhulumeni. Lona wumbono wenye yezinkakha zosomabhizinisi abamnyama uDkt uSam Motsuenyane, odlule emhlabeni izolo, eseneminyaka ewu-97

Hhethiya!, nangu umsunguli womshini ogaya isinemfu 

UTHELA izithelo umqondo wensizwa yaseRamokoksastad, eNorth West, wokwenza impilo ibelula kubanta ababhema isinemfu ngokwenza kungadingeki ukuthi bagaye amahlamvu esinemfu. Loku ikwenza ngomshini kagesi owenza loku

Ugalagala lokuphatha ezemidlalo luphila ubizo

NGO-1976, unyaka abafundi baseSoweto abavuka umbhejazane ngawo, okwaholela ekukhwezeleni umzabalazo wabantu abamnyama eNingizimu Afrika ngaphansi kukahulumeni wengcindezelo yohulumeni wobandlululo, wayemthuqasi elusa izinkomo ngenkathi ontanga yakhe besesikoleni

Umnotho uzosimama uma siphuthumisa izinguquko, kuloba uBusi Mavuso

NGESONTO elidlule i-International Monetary Fund (i-IMF) ishicilele ekulindele emhlabeni, okube yisikhumbuzo esidabukisayo sokuthi sikude kangakanani ekubeni nomnotho osebenza ngendlela okufanele ngayo siyizwe

Unebhizinisi lamafutha okupheka elingajwayelekile elokishini 

KUSUKELA ewine uR50,000 kwiSME Toolkit yeBusiness Partners Limited ngenyanga edlule, uMnu uCalab Baloyi useqalile ukwenza izinto ezizokhulisa umkhiqizo wakhe wokupheka, amafutha iNosso-Sunflower

Ayithi shu imigomo emihle kodwa engawenzi umehluko emnothweni, kuloba uBusi Mavuso 

Ayithi shu imigomo emihle kodwa engawenzi umehluko emnothweni, kuloba uBusi Mavuso

Kungakuhle abafundi baseNingizimu Afrika basike iphethini kwabaseMelika ngokufundela amakhono, kuloba uJabulani Sikhakhane

Kungakuhle abafundi baseNingizimu Afrika basike iphethini kwabaseMelika ngokufundela amakhono, kuloba uJabulani Sikhakhane

Kudingeka amakhono komasipala ukunakekela kahle ingqalasizinda yamanzi, kuloba uBusi Mavuso

Kudingeka amakhono komasipala ukunakekela kahle ingqalasizinda yamanzi

Ukholwa wukuthi inkunzi isematholeni otshala uthando lwezolimo ezikoleni

Ukholwa wukuthi inkunzi isematholeni otshala uthando lwezolimo ezikoleni

Uwunjiniyela ongenqeni ukwenza ushintsho umphathi weGautrain 

WUSLINDILE KHANYILE UKUKHONZILE ukuguqula izinto ezinkampanini kanti lapho ekhona, usenze izinguquko kathathu. Njengoba esanda kukhushelelwa esikhundleni esisha, usephezu kwezinguquko zesine, athi mancane amathuba okuthi zingezokugcina.   UMnu uTshepo Kgobe uyisikhulu esiphezulu … Read More

Kusinda kwehlela emnothweni waseNingizimu Afrika ukhula kancane, kuloba uJabulani Sikhakhane 

UMNOTHO waseNingizimu Afrika usubuyele emgudwini wawo ojwayelekile lapho ukhula khona ngezinga elingaphansi kwephesenti.  Loku kubikezela ukuqhubeka kwesimo esinzima ezweni sokushoda kwemisebenzi nokumpitsheka kukahulumeni ngenxa yokungakwazi ukuqoqa imali yentela elingene izidingo … Read More

Wemukelwe ngo-elethu othathe izintambo eTransnet

Wemukelwe ngo-elethu othathe izintambo eTransnet

Kuzozisiza izimali zikahulumeni ukuqhubeka kukakhomishana okhona, kuloba uJabulani Sikhakhane

Kuzozisiza izimali zikahulumeni ukuqhubeka kukakhomishana okhona, kuloba uJabulani Sikhakhane

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page