Tag: Jabulani Sikhakhane
Okuyolungisa isimo somasipala ezweni sekufana noJohane 14, kuloba uJabulani Sikhakhane
IZINKINGA zomasipala eNingizimu Afrika nezisombululo zazo sezafana nesaladi yeklabishi yodumo evame ukubizwa ngoJohane 14, ngokwevesi lesibili encwadini kaJohane eBhayibhelini. Ngokuthi lijwayelekile kakhulu leli vesi, laziwa nayizingane, livame ukutakula abaningi abazithola … Read More
Mkhulu umonakalo owenzeka ezinganeni ezikhula zihlupheka, kuloba uJabulani Sikhakhane
UMBIKO weNelson Mandela Children’s Fund ngesimo sokuhlupheka kwezingane zaseNingizimu Afrika uyisikhumbuzo sokuthi leli zwe linemali yokumelana nezidingo nezinkinga zalo. Ingqinamba wukuthi imali ekhona ayisetshenziswa ngendlela. Ngamanye amazwi, indlela esetshenziswa ngayo ayinamphumela omuhle nobonakalayo.
Kusinda kwehlela emnothweni waseNingizimu Afrika ukhula kancane, kuloba uJabulani Sikhakhane
UMNOTHO waseNingizimu Afrika usubuyele emgudwini wawo ojwayelekile lapho ukhula khona ngezinga elingaphansi kwephesenti. Loku kubikezela ukuqhubeka kwesimo esinzima ezweni sokushoda kwemisebenzi nokumpitsheka kukahulumeni ngenxa yokungakwazi ukuqoqa imali yentela elingene izidingo … Read More