Kubalulekile ukuba nomshwalense wokugada ingozi – umeluleki

ABANTU abaningi baseNingizimu Afrika babhekene nesimo sokuthi uma kungabanomshophi owodwa kungabheda isimo sabo sezimali. Kungabawukudilizwa emsebenzini, ukugula noma ukukhubazeka, isimo sezimali emakhaya abantu ezweni lonke siyaqhubeka nokubabucayi ngenxa yokunyuka kwezindleko zokuphila nesimo somnotho esicikizelayo.

Izindleko zempilo zishaya ngisho nabahola kangcono – iDebtBusters

UCWANINGO olusha olwenziwe yinkampani esiza abantu abanezikweletu iDebtBusters luthole ukuthi ukunyula imali yomhlalaphansi ebhodweni nokwehla kwemalimboleko kubasizile abantu kodwa ukukhuphuka kwezindleko ngenxa yezinkinga ezenzeka emhlabeni kubafake ezikweletini.

Abantu baseNingizimu Afrika banevuso nge-Black Friday

NGEMVA kweminyaka eyishumi, i-Black Friday ingenisile eNingizimu Afrika kodwa isishintshile. Ngemva kokwehla kwesasasa kubantu abaya ezinxaxhatheleni zezitolo ngesikhathi sobhubhane i-COVID-19, ikhuze ibuya ngamandla ngo-2023.

Izitok’fela zisahamba phambili eNingizimu Afrika – ucwaningo 

IZITOK’FELA zisaqhubeka nokuba ngenye yezindlela ezihamba phambili ezigqugquzela abantu ukuthi bonge imali eNingizimu Afrika kodwa isekhona inselelo yokuqinisekisa ukuthi imali yazo iphathwa ngendlela efanele ukuze zifeze izinhloso zezisuke zisungulelwe kona.

Amasu okuphepha okuhlukanisa imali yestok’fela ekupheleni konyaka. INTATHELI YOMBELE iyabika

SEKUYIMINYAKA eminingi kakhulu izitokofela zineqhaza elikhulu ukukhuthaza isiko lokubeka imali nokusiza abantu ukuthi bakwazi ukwenza abakufisayo ngemali yabo.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page