Impi eseMiddle East iholele ekutheni imalimboleko ime ku-6,75%

UKWEHLA nokunyuka kwemalimboleko kuncike ekutheni impi eqhubeka eMiddle East, lapho i-Israel neMelika behlasele i-Iran izophela nini. Loku kucace izolo ngesikhathi umphathi weBhange lomBuso uMnu uLesetja Kganyago ethi imalimboleko isazohlala ku-6,75%. 

Kunxuswa abathengi bangadidiswa wukwehla kwemalimboleko 

KUSUKELA namhlanje inzalo iBhange loMbuso eliyikhokhisa amabhange isizoba wu-7.75% njengoba seliphinde lehlisa imalimboleko ngo-25 basis points. Loku kusho ukuthi inzalo amabhange asezoyikhokhisa abathengi isizoba wu-11.25%.

Ubuchwepheshe bokukhokha obusha obuzofukula amabhizinisi amancane

UBUCHWEPHESHE obusha bokukhokhela izimpahla obethulwe yiStandard Bank abugcini nje ngokusiza osomabhizinisi abancane babenendlela elula yokukhokhisa amakhasimende kodwa buhlose nokubasiza nangezinye izinto ezithinta ukuphatha ibhizinisi.

Siphelile isikhathi sokukhokha ngokheshi – uKganyago

SEKUFIKE isikhathi sokuthi iNingizimu Afrika ibheke okufanele ikwenze ukuhambisana noshintsho lwangalesi sikhathi ezindleleni okukhokhwa ngazo njengoba sekukhona ama-digital currency ukuze ihlale ikwazi ukuncintisana.

Kusazosinda kwehlela kubathengi yize sekuzolunga – usomnotho

IBHANGE loMbuso aliyishintshanga imalimboleko njengoba isazoqhubeka ibewu-8.75%, okusho ukuthi inzalo amabhange abolekisayo ngayo izoqhubeka ibewu-11.75%.

Kuzozisiza izimali zikahulumeni ukuqhubeka kukakhomishana okhona, kuloba uJabulani Sikhakhane

Kuzozisiza izimali zikahulumeni ukuqhubeka kukakhomishana okhona, kuloba uJabulani Sikhakhane

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page