‘Bayazicanasela osopolitiki ngenxa yobumpumputhe babantu ngezomnotho’ 

ENINGIZIMU Afrika, njengasemazweni amaningi, abantu abaningi bavota ngezinhliziyo, hhayi ngokuqonda imigomo yezinhlangano abazikhethayo. Osopolitiki bayakwazi loku futhi bayakusebenzisa ngokubagxisha namanga ikakhulukazi ngemigomo ethinta izihloko ezibucayi njengomnotho.

ISabelomali esijwayele ‘ukungashaywa ndiva’ singahle sithinte amanani okudla, uR350 nenkohlakalo kuhulumeni. USLINDILE KHANYILE uyabika

YIZE iSabelomali esizokwethulwa ngesonto elizayo singavamile ukuba nezimemezelo ezinqala kodwa abanye abahlaziyi bomnotho bathi sibhekwe ngabomvu ngenxa yesimo somnotho nezinkulumo ezihlongoza ukuthi uhulumeni uzonciphisa ezindaweni eziningi ukuzama ukubhalansisa izinto.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page