Abanamava emboni yokufuya izinyosi bahlangane nomakhelwane basungula umfelandawonye owenza imikhiqizo ehlukene yoju. INTATHELI YESOLEZWE iyabika
IKhomishini yokuNcintisana izofakela izibuko ukusebenza kwabalimi bamaveji nezithelo, eyokuvaleleka ngaphandle kwabalimi abancane. USLINDILE KHANYILE uyabika
Izinguquko ezisanda kwethulwa kwiKhabhinethi yaseKZN zilethe ushintsho emNyangweni wezoLimo njengoba kuqokwe ungqongqoshe omusha uMnu uSuper Zuma. UZuma uneminyaka eyilungu lesiShayamthetho kanti wake wawunobhala we-ANC esifundazweni. Umbele ubuze abalimi ukuthi yini abafisa uZuma ayibeke eqhulwini
Londiwe Gumede Comment on Izinguquko ezisanda kwethulwa kwiKhabhinethi yaseKZN zilethe ushintsho emNyangweni wezoLimo njengoba kuqokwe ungqongqoshe omusha uMnu uSuper Zuma. UZuma uneminyaka eyilungu lesiShayamthetho kanti wake wawunobhala we-ANC esifundazweni. Umbele ubuze abalimi ukuthi yini abafisa uZuma ayibeke eqhulwini