Ukusebenzisana kwamabhizinisi nohulumeni kuyisibonelo esihle emhlabeni, kuloba uBusi Mavuso

UMHLANGANO omuhle wamabhizinisi nohulumeni usugqugquzele umgqigqo wokuphuthumisa izinguquko ezinqala.

I-BLSA ijabulela izichibiyelo zomthetho omusha kagesi 

I-BUSINESS Leadership South Africa (iBLSA) ihalalisela bonke abebeyingxenye yokuchibiyela umthetho olawula ugesi, i-Electricity Regulation Act, osayinwe wuMengameli uCyril Ramaphosa ngoLwesihlanu, mhlaka-16 ngo-Agasti.

Abantu baseNingizimu Afrika badinga uhulumeni ozozibophezela ukusebenza, kuloba uBusi Mavuso

KUFANELE sihlanganise uhulumeni wobumbano futhi siqhubeke sisebenze. Kuyaphuthuma ukuthi izinhlangano zihlanganise isivumelwano esizokwenza abantu baseNingizimu Afrika babenethemba lesisekelo sikahulumeni osebenza kahle.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page