Akungagcinwa icala uma kufundiswa abantu ngokuphatha imali – umlawuli 

KUFANELE kube nendlela yokufundisa abantu ukuthi yize kungabasiza ukucaphuna empeshenini yabo njengoba kuzokwethulwa i-Two-pot retirement system ekugunyazayo loku kodwa ikhona nengozi yokuthi kubenomphumela omubi uma sekufike isikhathi sokuthatha umhlalaphansi.

Ukhukhulelangoqo wemboni yezimali wokufundisa abantu 

 IZINHLAKA ezihlukene zemboni yezimali zizobuthana engqungqutheleni ngenhloso yokuqhamuka nendlela ezophucula indlela efundisa ngayo abantu ukuphatha imali. 

Ikhabinethi entsha ikhombisa umdlandla omusha kuhulumeni, kuloba uBusi Mavuso 

KUSUKELA ikhabhinethi entsha imenyezelwe ngesonto elidlule isivele ilethe umdlandla omusha kuhulumeni. Ngiyakhuthazeka uma ngibona indlela ongqongqoshe abaningi abasukumela imisebenzi yabo emisha ngayo, bexoxisana nezisebenzi eminyangweni yabo nomphakathi.

Abashaya imithetho bakushaya indiva ukuphawula komphakathi, kuloba uBusi Mavuso

UKUHOXISA imithetho emisha ehlongozwayo ngezimvume zokusebenza eNingizimu Afrika, phecelezi ama-visa, ngesonto elidlule ebizokwenza kube lula ukuthi izisebenzi ezinamakhono zize eNingizimu Afrika kuyisibonelo sokuthi kuthathwa kuncane kangakanani ukubonisana nomphakathi ezinhlakeni eziningi zikahulumeni

Ayithi shu imigomo emihle kodwa engawenzi umehluko emnothweni, kuloba uBusi Mavuso 

Ayithi shu imigomo emihle kodwa engawenzi umehluko emnothweni, kuloba uBusi Mavuso

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page