Month: March 2024
Uwunjiniyela ongenqeni ukwenza ushintsho umphathi weGautrain
WUSLINDILE KHANYILE UKUKHONZILE ukuguqula izinto ezinkampanini kanti lapho ekhona, usenze izinguquko kathathu. Njengoba esanda kukhushelelwa esikhundleni esisha, usephezu kwezinguquko zesine, athi mancane amathuba okuthi zingezokugcina. UMnu uTshepo Kgobe uyisikhulu esiphezulu … Read More
Kusinda kwehlela emnothweni waseNingizimu Afrika ukhula kancane, kuloba uJabulani Sikhakhane
UMNOTHO waseNingizimu Afrika usubuyele emgudwini wawo ojwayelekile lapho ukhula khona ngezinga elingaphansi kwephesenti. Loku kubikezela ukuqhubeka kwesimo esinzima ezweni sokushoda kwemisebenzi nokumpitsheka kukahulumeni ngenxa yokungakwazi ukuqoqa imali yentela elingene izidingo … Read More
Beka imali ukuhlomela ubunzima bangomuso
Kuleli sonto kuSAZIWAYO NEMALI sixoxa noLethu Nkwanyana, imbongi nesishoshovu sobuciko WUSIMANGALISO NTSHANGASE Usemncane wawuphiwa yini imali? Yebo ngangiphiwa eyokuphatha esikoleni. Waqala nini ukuba ne-akhawunti yasebhange futhi wayivula kuliphi? Ngaqala ngisasemabangeni … Read More