Month: November 2024
‘Gcina imali uyigcinele isimo esinzima’
Kuleli sonto kuSAZIWAYO NEMALI sixoxa noMmangaliso Mhlongo, usomahlaya nomphathi wohlelo emicimbini. Phakathi kwemicimbi asekewabulala abantu ngensini kuyona kubalwa i-Mama’s Boy, i-Durban Curry Comedy, All Jokes Aside, i-Comedy Night, i-It’s a Love Thing, i-Durban Headliners, Laugh Like a Pirate Comedy ne-Sh*ts & Giggles
Mkhulu umonakalo owenzeka ezinganeni ezikhula zihlupheka, kuloba uJabulani Sikhakhane
UMBIKO weNelson Mandela Children’s Fund ngesimo sokuhlupheka kwezingane zaseNingizimu Afrika uyisikhumbuzo sokuthi leli zwe linemali yokumelana nezidingo nezinkinga zalo. Ingqinamba wukuthi imali ekhona ayisetshenziswa ngendlela. Ngamanye amazwi, indlela esetshenziswa ngayo ayinamphumela omuhle nobonakalayo.