UHULUMENI kufanele asebenzise inyanga yabesifazane u-Agasti ukwethula izindlela ezintsha ukusiza amabhizinisi asafufusa ukuthole umhlaba.
Uzophatha lesi sikhundla iminyaka emithathu kusuka mhla ka-1 ku-Agasti.
NGESONTO elidlule abanye babantu ababefunda eNkamana High School eVryheid, enyakatho yeKwaZulu-Natali, baqale imicimbi yokugubha iminyaka ewu-100 kwasungulwa lesi sikole esakhiwa yizindela zasemaRomeni ezazidabuka eJalimane, eYurophu.
IMBONI yokukhiqiza eNingizimu Afrika iyaqhubeka nokuncipha nesibalo sabantu abaqashwe kuyona siloku sehlile.
YINTO enhle ukuthi iNingizimu Afrika iyingxenye yeBRICS. Kufanele uhulumeni wethu ube nobudlelwano namazwe eBRICS (okuyiBrazil, iRussia, i-India neChina). I-India neChina ikakhulukazi ngamazwe amakhulu futhi akhula ngamandla, izinkampani zase zingahlomula okukhulu kuwo.
KULELI sonto ngithanda sibheke isehlakalo esenzeke eGoli ngesikhathi kuqhuma umgwaqo kwalimala abantu, izimoto nengqalasizinda.
UKUBIZA kwamaqanda kwaholela ekutheni athenge izinkukhu zamaqanda ngoba enzela ukuthi umndeni wakhe uthole amaqanda nsuku zonke. Kuthe ngokuhamba kwesikhathi wagcina esedayisela omakhelwane.
KUFUKULWE amabhizinisi aphethwe yintsha KwaZulu-Natali ngomncintiswano ogxile emabhizinisini abantu abasha, iNkunz’ isematholeni Youth in Business.
KUFANELE abantu abamnyama bangeni shi ebhizinisini lokusungula izikole ezizimele ezizobambisana nohulumeni ukuthuthukisa imfundo yezingane ezimnyama, ikakhulukazi ezindaweni ezisemakhaya.
Usemncane wawuphiwa yini imali?
Yebo, ngangiphiwa eyokuphatha esikoleni.
Umphathi weBhange loMbuso uMnu uLesetja Kganyago uthe ukukhuphuka kokwehla amandla emali, phecelezi i-inflation, kubuyele lapho kufanele kube khona ngoJuni futhi kubhekwe ukuthi kubuyele phakathi nendawo ngekota yesithathu ngo-2025.
UKUKHUPHUKA kokwehla kwamandla emali, phecelezi i-inflation, sekuhambisana naloku iBhange loMbuso elifisa libe yikona njengoba ngoJuni kube wu-5.4%, kusuka ku-6.3% ngoMeyi.
UMENGAMELI uCyril Ramaphosa uthembise ukuthi bazochaza ongqongqoshe namaphini abo uma kungenamnyakazo abawenzile ukusukumela izinto eziseqhulwini. Uthe uzohlangana nabo kulezi zinyanga eziyisithupha ezizayo futhi ngeke “amukele zaba nancazelo”.
KULELI sonto ngithanda ukugqugquzela wena somabhizinisi ukuthi uhlanganyele nabanye osomabhizinisi bangakini, nihlangane noma kanye ngenyanga ukuzoxoxa ngezamabhizinisi.
I-Fitch ithe iNingizimu Afrika isazokleliswa esigabeni uBB-, okusho ukuthi umhlaba ubuka Ningizimu Afrika njengezwe elizinzile. Ithe ukukhula komnotho kukhinyabezwa wukucinywa kukagesi, amazinga aphezulu okungalingani, inkebenkebe yesikweletu sikahulumeni esiwuR4.3 trillion.
Kusukela ngoNovemba wango-2021 iBhange loMbuso belilokhu linyusa imalimboleko, okuyiyona ndlela eliyisebenzisa kakhulu ukunqanda ukukhuphuka kokwehla kwamandla emali. Osomnotho baseFNB bathe balindele ukuthi imalimboleko inyuke ngo-25 basis points kuleli sonto. Isinqumo … Read More
UKUSUNGULA ibhizinisi elincane elisiza umphakathi embonini yamaciko akulula kodwa kunomvuzo. Inkampani yaseGauteng eshicilela izincwadi ingakufakazela loku.
Usemncane wawuphiwa yini imali?
Yebo, ngangiphiwa.
KUZOSHUSHISWA inkampani ekhiqiza igesi iSasol Gas ngoba isolwa ngokukhokhisa amakhasimende amanani aphezulu kunokufanele ngabe iyawanquma.
OWAYEWUMSHAYELI webhasi osecishe afane nempumputhe ngenxa yokuhlaselwa abantu abamngenela kwakhe usevuke wazithatha njengoba esanda kuwina umklomelo wokuba wumlimi wesifazane.
UYAQHUBEKA umsangano womshwalense wezempilo ezweni lonke i-National Health Insurance (iNHI) yize ubheda unjalo. Into enginesiqiniseko sayo wukuthi ngeke uholele ekuphuculeni ezempilo eNingizimu Afrika. Empeleni kunengozi yokuthi kwenzeke okubheda kakhulu.
UNYAKA uhamba ngokushesha impela, akukholakali ukuthi sesiphakathi nawo njalo. Ngesikhathi uqala unyaka, sonke sasimatasa sihlanganisa izinhlelo nezinjongo zethu zezimali.
EZINSUKWINI ezintathu ezedlule kushiswe amaloli athutha izimpahla awu-15 ezifundazweni ezintathu.
ININGIZIMU Afrika kufanele ishintshe indlela ebuka ngayo izinhlangano eziyimifelandawonye ukuze ifukule umnotho futhi ikhulise osomabhizinisi abanamabhizinisi angabhalisiwe.
Lona wumhlangano wabaqoqintela, izinhlangano zakwamanye amazwe nongoti balo mkhakha ababhunga kuwo ngezindaba ezithinta ukuphatha intela. “I-African Union Commission yalinganisa ukuthi imali engeniswa ngezimpahla ezidayiswa ngokungemthetho iphakathi kuka-EUR48 billion no-EUR77 billion … Read More
Isikhulu esiphezulu uNks uCordelia Sachiti naso siyashiya ekupheleni kuka-Agasti. Elinye ilungu lebhodi elisulile wuNks uMasego Motloba. Sekuneminyaka kunemibiko yokuthi izinto azihambi kahle kule nkampani njengoba kwake kwavela nokuthi kunezikole ezimbili … Read More
Usemncane wawuphiwa yini imali?
Cha, ngangikhokhelwa noma ngithengelwe izidingo zangaleso sikhathi kuphela.
Le nhlangano engenzi inzuzo yayifake lesi sicelo isebenzisa umthetho ogqugquzela ukuthi kutholakale ulwazi, i-Promotion of Access to Information Act.
KUZOBUTHANA ongoti embonini yobuchwepheshe nokuxhumana engqungqutheleni iConnected Africa Summit yesithathu ezoba seMontecasino eGoli, eGauteng, kule nyanga.
NGESONTO elizayo kuzoqala uhlelo lokuthi iPhalamende laseMelika libuyekeze ukuthi yimaphi amazwe okufanele ahlomule kwi-African Growth and Opportunity Act (i-Agoa).
Izinto ezingasiza osomabhizinisi abamnyama
UMNIKAZI weSmeja’s Fresh Harvest Piggery wayengalindele ukuthi uyogcina enepulazi lezingulube ngesikhathi ethenga ingulube yakhe yokuqala.
EMBONINI okukhonya kuyo izinkampani ezinkulu ezidayisa uphethroli, kunenkampani encane enyakazisa izinto edayisa udizili.
Javascript not detected. Javascript required for this site to function. Please enable it in your browser settings and refresh this page.
To provide the best experiences, we use technologies like cookies to store and/or access device information. Consenting to these technologies will allow us to process data such as browsing behavior or unique IDs on this site. Not consenting or withdrawing consent, may adversely affect certain features and functions.
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes.
The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage consent