Tag: Umbele
Abashaya imithetho bakushaya indiva ukuphawula komphakathi, kuloba uBusi Mavuso
UKUHOXISA imithetho emisha ehlongozwayo ngezimvume zokusebenza eNingizimu Afrika, phecelezi ama-visa, ngesonto elidlule ebizokwenza kube lula ukuthi izisebenzi ezinamakhono zize eNingizimu Afrika kuyisibonelo sokuthi kuthathwa kuncane kangakanani ukubonisana nomphakathi ezinhlakeni eziningi zikahulumeni
Kusinda kwehlela emnothweni waseNingizimu Afrika ukhula kancane, kuloba uJabulani Sikhakhane
UMNOTHO waseNingizimu Afrika usubuyele emgudwini wawo ojwayelekile lapho ukhula khona ngezinga elingaphansi kwephesenti. Loku kubikezela ukuqhubeka kwesimo esinzima ezweni sokushoda kwemisebenzi nokumpitsheka kukahulumeni ngenxa yokungakwazi ukuqoqa imali yentela elingene izidingo … Read More
Beka imali ukuhlomela ubunzima bangomuso
Kuleli sonto kuSAZIWAYO NEMALI sixoxa noLethu Nkwanyana, imbongi nesishoshovu sobuciko WUSIMANGALISO NTSHANGASE Usemncane wawuphiwa yini imali? Yebo ngangiphiwa eyokuphatha esikoleni. Waqala nini ukuba ne-akhawunti yasebhange futhi wayivula kuliphi? Ngaqala ngisasemabangeni … Read More
















































































