Usihlalo wePublic Investment Corporation usule isigubhukane

ZIYANDA izinkinga zenkampani kahulumeni etshala imali iPublic Investment Corporation (iPIC) njengoba izolo kusule usihlalo webhodi noyiphini likangqongqoshe womNyango weziMali uDkt uDavid Masondo.

Usihlalo webhodi yePublic Investment Corporation uxoxe nezisebenzi

AKUKHO esizonifihlela kona. Usho kanje usihlalo webhodi yenkampani kahulumeni iPublic Investment Corporation (iPIC) uMnu uDavid Masondo ngesikhathi eyobonana nezisebenzi zayo ukuchaza ngesimo esikhona ngoLwesine.

I-PIC ibheka isikhulu esiphezulu esisha

IBHODI yePublic Investment Corporation (iPIC) isiqalile ukubheka isikhulu esiphezulu esisha esizothatha izintambo kuMnu u-Abel Sithole uma sekuphela inkontileka yakhe ngoJulayi ngonyaka ozayo.

‘URamaphosa akafathuzanga ngongqongqoshe beminyango yomnotho’

YINTO enhle ukubuyiswa kongqongqoshe abaningi abebephethe iminyango ethinta umnotho namabhizinisi ngoba loku kuzokwenza umnotho weNingizimu Afrika uzinze futhi okunye okukhuthazayo wukuthi ngabantu abawaziyo umsebenzi.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page