Izinkampani zaphesheya kufanele zihlawule ngokukopolota i-Afrika – umfelandawonye wezinyunyana

UMFELANDAWONYE wezinyunyana zezisebenzi iCosatu ugxeka izinkampani zaseNtshonalanga ngokudla amandla ezwekazi i-Afrika. Iphini lokuqala likamengameli walo mfelandawonye wezinyunya uMnu uMike Shingange lithe indlela abantu abafudukela emazweni aphesheya iyimbangela wokumbiwa kwamagugu omhlabathi wase-Afrika yizinkampani zaseYurophu nezaseMelika, okuholela ekutheni amazwe amaningi ase-Afrika asale empofu.

Izisebenzi aziphume ngobuningi ngoLwesihlanu – izinyunyana

NJENGOBA ngoLwesihlanu umhlaba wonke ugubha uSuku lweziSebenzi, umengameli weCongress of South African Trade Unions (iCosatu) uNksz uZingiswa Losi uthi eNingizimu Afrika izisebenzi zithwele kanzima ngenxa yokubiza kwempilo.

UMhayise sizomkhumbula ngeqhaza lakhe emzabalazweni wenkululeko yobuciko, amasiko namagugu, kuloba uMusa Xulu

NGISHAQAKE kakhulu ukuzwa izindaba zokudlula emhlabeni kukaMi “Chief of Staff” Hlatshwayo. Besazana kakhulu, ikakhulu emkhakheni wezobuciko, amasiko namagugu engaba wusolwazi wamaNyuvesi kuwona kusukela eminyakeni ngineminyaka ewu- 33 ngama-1990s.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page