Izibalo ezintsha ziveza ukuthi isibalo sabantu baseNingizimu Afrika abasebenzayo sikhuphuke ngabantu abawu-249 00 ngekota yesithathu. Isithombe: yiFreepik

‘Bandile abantu baseNingizimu Afrika abasebenzayo’

INTATHELI YOMBELE

ISIBALO sabantu abasebenzayo eNingizimu Afrika sinyuke ngo-294 000 ngekota yesithathu, okusho ukuthi sebewu-16.9 million abantu abaqashiwe. 

Loku kwehlise isibalo sabantu abangasebenzi ngo-1.4% njengoba sesimi ku-32.1%, sisuka ku-33.5%. 

Izibalo ezishicilelwe yiStatistics South Africa kuleli sonto ziveze ukuthi isibalo sabantu abangasebenzi sinciphe ngo-373 000 ngekota yesithathu njengoba manje sebewu-8m. 

FUNDA NALAPHA: https://www.umbele.co.za/2021/08/27/isibalo-sabantu-abangasebenzi-eningizimu-afrika-sinyuke-ngo-1-8-percentage-points-safinyelela-ku-34-4-ngekota-yesibili-yango-2021-ngokusho-kwestatistics-south-africa-lesi-yisibalo-esikhulu-kunazo-zo/

Isibalo sabantu abangasebenzi uma kubukwa ngeso elibanzi sona sehle ngo-0.7 percentage points safinyelela ku-41.9%.  

  • Lolu lwazi luthathwe kwiStatistics South Africa 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page