Yinkulu inselelo yamazwe asathuthuka ngokuguquguquka kwesimo sezulu, kuloba uJabulani Sikhakhane

AMAZWE ase-Afrika abhekene nenkinga enkulu yokuthi wubani ozokhokhela izindleko zokulungiselela ukubhekana noshintsho kwisimo sezulu. Lolu shintsho luhambisana nokwanda kwezikhukhula kwezinye izindawo, kuthi kwezinye isomiso.

Isonto lokuqaphela amaqola likhumbuza abantu ngamasu okuvika

LELI sonto lisetshenziselwa ukuxwayisa abantu ngokukhwabanisa nezinye izinhlobo zokuqolwa kwabantu emhlabeni jikelele. 

I-ArcelorMittal South Africa ayineme ngomthetho wokudayisa izinsimbi ezindala 

I-ARCELORMITTAL South Africa ifuna zibuyekezwe ngokushesha izinguquko ezenziwe emthethweni wokudayisa izinsimbi ezindala ezimenyezelwe yi-International Trade and Administration Commission of South Africa (i-Itac) kule nyanga. 

Isimo sezulu ngenye yezingozi ezinkulu emnothweni waseNingizimu Afrika, kuloba uJabulani Sikhakhane 

UKUGUQUGUQUKA kwesimo sezulu okuhambisana nokwanda kwezikhukhula noma isomiso kuzokwenza amabhange aseNingizimu Afrika angabimagange ukubolekela izinkampani ezithathwa ngokuthi ukusebenza kwazo kusengcupheni ngenxa yalezi zinguquko.

Kufunwa abatshalimali abazovusa imboni yamathayi eGqeberha 

NJENGOBA ivala ifemu yamathayi iGoodyear eseKariega, eGqeberha, unobhala-jikelele weNational Union of Metalworkers of South Africa (iNumsa) uMnu u-Irvin Jim uthi bafuna abatshalimali abazoyithenga. 

I-Transnet Port Terminals inika intsha ithuba emnothweni

UKUKHOMBISA ukuthi ibalulekile intsha emnothweni, iTransnet Port Terminals (iTPT) ithi ibeke u6% wemali ozoyisebenzisa ukuthenga izimpahla nezinye izidingo emabhizinisini entsha. Itshale uR62 million ezinhlelweni zokucija amakhono ezisebenzi eziyintsha. 

Sinyuke ngo-12 000 isibalo sabantu abasebenzayo – iStats SA

Nakuba kudilizwe izisebenzi eziwu-91 000 ngekota yokugcina yonyaka odlule kodwa kunokuhleka okuncane njengoba izibalo ezintsha zikhombisa ukuthi sandile isibalo sabantu abasebenzayo ezweni. Isithombe: Sithunyelwe

Ayisukunyelwe eyefemu yokusansimbi – ungqongqoshe 

SEKUNXUSWE uNgqongqoshe wokuHweba, iziMboni nokuNcintisana uMnu uParks Tau ukuthi aphinde axoxisane ne-Arcelor Mittal South Africa ukugwema ukuvalwa kwamafemu ayo amabili ezweni, nokuzosho ukuthi abantu abawu-3 500 bazophelelwa ngumsebenzi.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page