I-South Regional Durban Business Fair ithuthukisa umnotho wasemalokishini

UMASIPALA waseThekwini unxusa abantu ukuthi beseke amabhizinisi endawo kwiSouth Regional Durban Business Fair (iDBF), eqala namhlanje kuya ngeSonto KwaMnyandu Shopping Centre eMlaza, eningizimu yeTheku, KwaZulu-Natali.

Amabhizinisi asafufusa awu-23 ahlomule ngoR500 000

KUHLOMULE amabhizinisi awu-23 emcimbini wokuklomelisa amabhizinisi kaMasipala waseThekwini minyaka yonke iDurban Business Fair Excellence Awards ngoLwesihlanu.

Sesifikile futhi leso sikhathi sendumezulu yombukiso wamabhizinisi eThekwini. INTATHELI YOMBELE iyabika 

KWETHULWE ngokusemthethweni umbukiso othuthukisa amabhizinisi amancane owengamelwa umasipala waseThekwini, iDurban Business Fair (iDBF) izolo.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page