KUQUBUKE umlilo engakaziwa imbangela yawo kwaTransnet ngoMsombuluko ekuseni, kwasha enye yama-container athwala impahla eDurban Container Terminal eThekwini. Ukuqubuka kwalo mlilo bekungokwesibili ezinsukwini ezimbili njengoba ngoMgqibelo kwenzeke isehlo esifanayo kule ndawo. Wonke ama-container athintwe wumlimo asebekwe ndawonye eceleni.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page