Ayanele imiholo ukuthenga ukudla okwanele eNingizimu Afrika – ucwaningo

UKUDLA okwanela umndeni bekuwuR5 488,06 ngoSepthemba njengoba kunyuke ngoR8,26 noma u-0,2% uma kuqhathaniswa nango-Agasti kanti uma kuqhathaniswa nonyaka odlule kunyuke ngoR108,64 noma ngo-2,0%.

UmNyango weziMali uyosiza izisebenzi zikahulumeni za‘mazwe ayezimele’ ngezimpesheni

UNGQONGQOSHE womNyango weziMali uMnu u-Enoch Godongwana uzovakashela eMthatha, eMpumalanga Kapa, kusasa ukuyohlangana nezisebenzi zikahulumeni ezazisebenzela ohulumeni baseTranskei, eBophuthatswana, eVenda naseCiskei ezinenkinga ngemihlomulo yezimpesheni zazo.

Kuthulwe ingqungquthela yokuqala yokubheka ukuphepha kokudla okuthengwa abantu

KUQOPHEKE umlando kuleli sonto ngenkathi kuthulwa ingqungquthela yokuqala yokubheka izinto ezithinta ukuphepha ukudla ebiseThekwini, KwaZulu-Natali, lapho bekukhona nekhomishini evikela amalungelo abathengi iNational Consumer Commission (iNCC).

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page