Kufanele sikunqande ukucekeleka phansi kwezinto komasipala, kuloba uBusi Mavuso

NGIMANGELE ngesonto elidlule ngesikhathi umqondisi-jikelele emNyangweni wamaNzi nokuThutha iNdle uMnu uSean Phillips ekhuluma “ngendlela izinto eziqhubeka nokubheda ngakhona” mayelana nokuhlinzeka amanzi komasipala abaningi.  

Kulindeleke izivakashi ezingaphezu ku-1.3 million eThekwini ngaleli hlobo

ZIYABUYA eThekwini ngaleli hlobo. Ukwenza iTheku ukuthi libeyindawo yokuvakashelwa evelele, iMeya yaseThekwini uMnu uCyril Xaba usanda kwethule umkhankaso wasehlobo “i-Endless waves of tranquility”, okusho ukuthi amagagasi angapheli okuthula.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page