ININGIZIMU Afrika ikleliswe yaba ngeyesibili ohlwini oluhlola ukuthi indlela izwe elenza ngayo isabelomali ivuleleke kangakanani, i-2021 Open Budget Index. Kulolu hlu, i-International Budget Partnership luhlola amazwe awu-120. INingizimu Afrika ithole amaphuzu awu-86 kwawu-100 uma kuhlolwa ukuzinikela kwayo ukwenza yonke into ibe sobala. Nokho lapho kubhekwa khona iqhaza elibanjwa wumphakathi ithole amaphuzu awu-19 kwawu-100. Izwe eliphume phambili kube yiGeorgia.

Podcasts

Inqolobane

You cannot copy content of this page