Kusasa sisonga iNyanga yeNtsha. SiwuMbele kwiSivuno namuhla sibungaza intsha eyenza ezibukwayo kwezolimo. Lena yintsha esesike sabhala ngayo.

Imboni yezolimo ibanzi futhi miningi imisebenzi ekhona kuyona, ngale kokulima emasimini abaningi abaye bacabange ukuthi kuphelela khona. Masonto onke sibhala ngabalimi abasebancane. Izindaba zabo ziveza ukuthi yimboni ebanzi nenamathuba amaningi.
Namuhla siphinda sishicilela ezinye zalezi zindaba kodwa futhi siphethe nama-video ayo le ntsha ongawabuka kuMbele TV ngokulandela i-link elandelayo: